[Lindani Verse]
Mangibheka lapho ongithathe khona
Ngiyawabona amandla akho
Zincane izibongo zami
Kunalokho okuhle ongenzele khona
(Ukubonga kwami)
[Chorus]
Akwanele, akwanele, akwanele
Ukubonga kwami
Akwanele, akwanele, akwanele
Ukubonga kwami
[Zandie Verse]
Besengithi sekuvaliwe
Besengithi sekuphelile
Wafika empilweni yami
Besengithi ngeke k’salunga
Besengithi ngeke k’senzeka
Wafika wenza umehluko
Ngiyabonga, ngiyabonga,
Yamukela ukubonga kwami
[Chorus]
Akwanele, akwanele, akwanele
Ukubonga kwami
Akwanele, akwanele, akwanele
Ukubonga kwami
Akwanele
#GospelBuzz
